Abafazi Bafunani Lyrics by Big Zulu
[Pre-Chorus: Emtee]
Bangibuza 21 yemibuzo (Yeah-yeah)
Bangazonda, kodwa ngeke benze lutho (Yeah-yeah)
Bengingedwa kulemeko ebengikuyo
Awubangene ntwana yami shona kubo
[Chorus: Emtee, Big Zulu]
Ngoba laba abazazi bafunani (Abazazi bafunani, yeah)
Abazazi bafunani (Abazazi bafunani, mhm)
Abazazi bafunani (Abazazi bafunani, yeah)
Abazazi bafunani (Shun’ weNkabi) (Bafuna uthando lwemali)
[Verse 2: Big Zulu]
Baphika ngemali eningi
Kwanyakaza umnkansi, lanyama eningi
Namhlanje nginamalimi?
Makumele siyibale, banamalini?
Ama-hit nginamaningi
Inkabi ne-goat, inyama eningi
Banibuza ninamalini?
Ay’ kodwa nangibona, ninamalimi
Nga-rapper, ngacula, bayiphika
Ngacula, nga-rapper, ngamthinta
Ba-trapper, ba dabber, bayithika
Nganixaka ngoshuni, nganidina
Inkabi mayikhona, niyayivimba
Induku eza ekhanda, ningayivika
Ushuni weNkabi, usuyinkinga
Sawuhlaba wavunywa, nayizitha
Bangibiza ngesiphukuphuku
Mina ngiy’zamele ibukubuku
Ezami lethukuthuku
Ngeke bangithande okwezumbulu
Sangena baphela umoya
Inkabi neHustla, kwavuka ithonga
Sagala baqala umona
Kwagijima imfene, baqala ukuloya
Abasithandi bonke, bathi asiyona imali
Soyilima sonke, indima sizinkabi
We can’t give up now, sizoyi push-a ngenkani
Ngithwale kanzima, umthwalo uyasinda
[Pre-Chorus: Emtee]
Bangibuza 21 yemibuzo (Yeah-yeah)
Bangazonda, kodwa ngeke benze lutho (Yeah-yeah)
Bengingedwa kulemeko ebengikuyo
Awubangene ntwana yami shona kubo
[Chorus: Emtee]
Ngoba laba abazazi bafunani (Abazazi bafunani, yeah)
Abazazi bafunani (Abazazi bafunani, mhm)
Abazazi bafunani (Abazazi bafunani, yeah)
Abazazi bafunani (Bafuna uthando lwemali)
[Outro: Emtee & Big Zulu]
Abazazi bafunani
Abazazi bafunani
Abazazi bafunani
Bafuna uthando lwemali
Q&A Section
Have a question about this song? Here are some answers.
Abafazi Bafunani
Big Zulu
https://www.youtube.com/watch?v=qlEb-y9XJ8Q
Stay tuned! We're working on an explanation for this song.