Big Zulu Album Cover

Big Zulu Lyrics by Abafazi Bafunani & Emtee

(X-Wise yi-ghost)
Ay’, ay’, ay’, ay’, ay’, X-Wise
Ubani lo udonsa intambo enje manje? Eh hay’bo
Wasedlalisa okwajaiva zimthinte manje
(Hla)
Ay’, one up asibathathe Hustla (Ayy)

Bangibuza 21 yemibuzo (Yeah-yeah)
Bangazonda, kodwa ngeke benze lutho (Yeah-yeah)
Bengingedwa kulemeko ebengikuyo
Awubangene ntwana yami shona kubo

Ngoba laba abazazi bafunani (Abazazi bafunani, yeah)
Abazazi bafunani (Abazazi bafunani, mhm)
Abazazi bafunani (Abazazi bafunani, yeah)
Abazazi bafunani (Shun’ weNkabi) (Bafuna uthando lwemali)

21 Question
Nina ninemibuzo
Ubani obeyiphekile, le beef ngibone ibutho
Benithi kune-war, kanti ngizele ilutho
Ngemali kaNdaba, thina sifez’ iphupho
Basithanda masixabana
Abasithandi masibambana
Bagcwala masibaphapha
Basinikeza induku masishayana
Siyacela siyaphaphatha
Nisinikeza uthando masithanda
Niyabona siyakhankasa
Sivala indlala emakasana
Kuvume abalozi, emsamo
Kuvume nedlozi, kwesami
Lengoma iyingozi, yesani
Hlehla mfana ungayisusi, nezami
Ningibona ngiyinyoni, yesani
Sengalingisa okokhozi, wemfana
Lenkabi iyinkosi, yedwa
Senganixaka ngoshuni, mayikhale
See upcoming rap shows
Get tickets for your favorite artists

You might also like
Free Me
Tory Lanez & Jaquain
Sneeze Wrong
Tory Lanez
Isaka (6am)
Ciza, Jazzworx (Producer) & Thukuthela

Bangibuza 21 yemibuzo (Yeah-yeah)
Bangazonda, kodwa ngeke benze lutho (Yeah-yeah)
Bengingedwa kulemeko ebengikuyo
Awubangene ntwana yami shona kubo

Ngoba laba abazazi bafunani (Abazazi bafunani, yeah)
Abazazi bafunani (Abazazi bafunani, mhm)
Abazazi bafunani (Abazazi bafunani, yeah)
Abazazi bafunani (Shun’ weNkabi) (Bafuna uthando lwemali)

Baphika ngemali eningi
Kwanyakaza umnkansi, lanyama eningi
Namhlanje nginamalimi?
Makumele siyibale, banamalini?
Ama-hit nginamaningi
Inkabi ne-goat, inyama eningi
Banibuza ninamalini?
Ay’ kodwa nangibona, ninamalimi
Nga-rapper, ngacula, bayiphika
Ngacula, nga-rapper, ngamthinta
Ba-trapper, ba dabber, bayithika
Nganixaka ngoshuni, nganidina
Inkabi mayikhona, niyayivimba
Induku eza ekhanda, ningayivika
Ushuni weNkabi, usuyinkinga
Sawuhlaba wavunywa, nayizitha
Bangibiza ngesiphukuphuku
Mina ngiy’zamele ibukubuku
Ezami lethukuthuku
Ngeke bangithande okwezumbulu
Sangena baphela umoya
Inkabi neHustla, kwavuka ithonga
Sagala baqala umona
Kwagijima imfene, baqala ukuloya
Abasithandi bonke, bathi asiyona imali
Soyilima sonke, indima sizinkabi
We can’t give up now, sizoyi push-a ngenkani
Ngithwale kanzima, umthwalo uyasinda

Bangibuza 21 yemibuzo (Yeah-yeah)
Bangazonda, kodwa ngeke benze lutho (Yeah-yeah)
Bengingedwa kulemeko ebengikuyo
Awubangene ntwana yami shona kubo

Ngoba laba abazazi bafunani (Abazazi bafunani, yeah)
Abazazi bafunani (Abazazi bafunani, mhm)
Abazazi bafunani (Abazazi bafunani, yeah)
Abazazi bafunani (Bafuna uthando lwemali)

Abazazi bafunani
Abazazi bafunani
Abazazi bafunani

Song Credits

Producer: X-Wise Beats

Writers: Emtee, X-Wise Beats & Big Zulu

Q&A Section

Have a question about this song? Here are some answers.

Where to listen to "Big Zulu"

Click here to stream the song

Who is the artist of "Big Zulu"?

Abafazi Bafunani & Emtee

What album includes "Big Zulu"?

Icala Le Mpumelelo

Who is the artist of "Big Zulu"?

Abafazi Bafunani & Emtee

What album includes "Big Zulu"?

Icala Le Mpumelelo

Where can I listen to "Big Zulu"?

https://www.youtube.com/watch?v=qlEb-y9XJ8Q

What is the meaning of "Big Zulu"?

Stay tuned! We're working on an explanation for this song.